Adv. Ndawo

UnyazilweZulu Shembe akumele aphume Ebuhleni.

U NYAZILWEZULU SHEMBE KANYE NOMTHETHO Kungabe kungubulungiswa ukukhipha unyazi ebuhleni na? Athini amalungelo enkolo, ukukholwa kanye nombono Na? ngingu Advocate ndawo (0817728831) sanibona. Umthetho wenkululeko wezenkolo usingathwe Ngu mthethosisekelo waseningizimu Africa, umthetho 108 wa 1996, umthethosisekelo.[i] ILUNGELO LENKOLO.UKUKHOLELWA  KANYE NOMBONO Isahluko seshumi nanhlanu (15) somthethosisekelo sithi (1) wonke umuntu unelungelo lenkululeko yokukholwa,lombono.u Shembe Unyazi lunelungelo lokuhamba emagcekeni akwabo, u Nyazi lunelungelo lokusabatha, u nyazi lunelungelo lokungena e Thempelini liphathe inkozo, u Nyazi Lunelungelo lokukhipha imigidi,ukubusisa imigidi,u Nyazi lunelungelo lokwenza noma yini emagcekeni emizi yasebuhleni[ii]kanye nazo zonke izindawo oluhamba kuzo. ILUNGELO LEGAMA KANYE NESIBONGO Unyazi LweZulu lunelungelo lokuba ngowakwa Shembe ngokusho komthethosisekelo isahluko samashumi amabili nesishiya galo mbili (28) esithi wonke umuntu noma ingane inelungelo lokuba negama,lokuba no buzwe. INGQIKITHI YAMALUNGELO Isahluko sokuqala (1) somthethosisekelo sithi izwe lase Ningizimu Afrika liyizwe elinguzimele gelekeqe, izwe elitusa ukulingana,futhi yizwe lentando yeningi.ukucwasa u Nyazi ko Shembana, loko kobe kunguku phula isahluko sokuqala somthetho sisekelo.Ukutusa o Shembana kuhlinzelwe u Nyazi ezibini akuwona umthetho loyo. Lelizwe laseneNigizimu Africa yizwe elingaphansi kwalamagugu: (c)lelizwe litusa ubukhulu bomthethosisekelo kanye nokulingana kwezomthetho.noma sesingayivala u Nyazi luvikelwe ngumthethosisekelo, kepha mina Advocate  Ndawo ngizoqhubeka ngigeqe amaguala…la sizochitheka ngomthetho kakhulu futhi, lindela ukuphuza. UBUKHULU BOMTHETHOSISEKELO Isahluko sesibili (2) somthetho sisekelo sikhuluma ngobukhulu bomthethosisekelo sithi lomthethosisekelo ungumthetho omkhulu ngakho umthetho ongahambisani nawo awukho emthethweni.loku kusho ukuthi uma uqhamuka nomthetho othi akukhiswe u Nyazi. Ufike ugaxele la kulesahluko bese uyalenga.manje sesiyaqala siyadilika ngomthetho… UBUZWE Isahluko sesithathu sikhuluma ngokuthi isakhamuzi sase mzansi Afrika sinelungelo lokuba isakhamuzi. Zonke izakhamuzi zivikelwe ngokulinganayo, zinamalungelo alinganayo[iii]. uNyazi Luyisakhamuzi ngakho luvikelwe yilesisahluko. Okuhlalukayo ukuthi abamangali ngathi bakhohliwe ukuthi U Nyazi nalo lunamalungelo ngokomthethosisekelo. UMGOGODLA WAMALUNGELO Isahluko sesikhombisa (7) sithi lomqulu wamalungelo uyinqaba yentando yeningi e Mzansi Afrika,ugqugquzela amalungelo abo bonke abantu kulelizwe futhi lomqulu ugcizelela amagugu entando yeningi, isithunzi somuntu,ukulingana kanye nenkululeko[iv].kwasha…ake sithi intando yeningi ikhomba uNyazi.u nyazi lulandelwa yizigidi.abamangali bona banemithonseyana yabalandeli ongavese ubabale ngamehlo ngokujikisa ikhanda kanye. Isahluko sesikhombisa (7) sithi u Nyazi kumele lunikwe isithunzi, futhi uNyazi lungowakwa Shembe. Ukuthi lungu Nyazi akusho loko ukuthi alulona olwakaShembe. Isigatshana sesibili sithi umbuso kumele uhloniphe ,uvikele futhi ufeze amalungelo akusomqulu wamalungelo. Isigaba sesishiyagalo lunye (9) somthethosisekelo sithi  (1 )wonke umuntu uyalingana phambi komthethofuthi uvikelwe ngokufanayo futhi kumele azuze ngokufanayo.ngakho u Nyazi luyalingana  No Shembana abakhona.o Shembana abanalo ilungelo ngaphezu ko Nyazi. (2)ukulingana kusho ukuthokozela amalungelo kanye nenkululeko ngokufanayo.ngakho u Nyazi lunamalungelo afanayo no Shembana abanemithonseyana yabalandeli futhi lunenkululeko elinganayo no Shembana.kwisifundo esilandelayo ngiyokhuluma ngokuthi u nyazi yilo olukhulu kuno Shembana. (3)umbuso akumele ucwase umuntu mayelana naloku okulandelayo: i.ngokwenkolo,ukuzibandakanya ngokwe zo mphakathi,umbono, inkolo,usiko njalo njalo… Ukucwassa ngaphansi kwalesisahluko akuvumelekile futhi akunabulungiswa. Ngakho ukucwasa u Nyazi akunabulungiswa futhi akukho emthethweni[v]. ISITHUNZI SOMUNTU. Wonke umuntu kumele anikwe isithunzi nenhlonipho  futhi isithunzi sakhe kumele sivikelwe futhi sihlonishwe[vi].u Nyazi ngumholi onohlonze odinga ukuhloniswa. INKULULEKO KANYE NOKUKHUSELEKA KOMUNTU Isahluko se shumi nanye (12) somthethosisekelo sithi wonke umuntu unelungelo lenkululeko kanye nokukhuseleka komuntu okubalwa ilungelo lokuba: ILUNGELO LEMIHLANGANO Isahluko 17 sikhuluma ngelungelo lokuba nemihlangano kungaba ngu January E Khenana noma u July E Buhleni, noma u September noma yimiphi imihlangano unyaka wonke.lesi sahluko sithi wonke umuntu unelungelo lokuhlangana.loko kungabalwa nemigubho ,imigidi,isidlo,isabatha,izifungo, uhambo oluya ekhenana kanye nokwenza yonke imigubho kanye nezimiso zobunazaretha.loko kwenziwa ngumholi Unyazi lwezulu noma kuphi noma nini.[viii] ILUNGELO LEMPAHLA,INDAWO,IMIZI ,IZIMOTO,IMALI Isahluko 25 somthethosisekelo sithi akekho umuntu okumele ahlwithwe umhlaba wakhe noma impahla yakhe ngesankahlu[ix].mayelana nelungelo lempahla thola umubhalo wempahla nemizi owabhalwa ngu advocate Ndawo (0817728831) ILUNGELO LOKUBA NEKHAYA Isahluko samashumi amabili nesthupha (26) somthethosisekelo sithi : (3)akekho umuntu okumele akhishwe ekhaya noma kubo.akekho onelungelo lokucekela phansi umuzi womunye umuntu.awukho umthetho oyovuma ukukhiswa komuntu kubo ngobuqhwaga. ILUNGELO LESIKO.LENKOLO ,NABANTU ABAGCINA AMASIKO. Isahluko samashumi amathathu nanye (31) sithi: (1)abantu banelungelo lokugcina amasiko abo,inkolo.abantu abagcina amasiko akumele banciswe amalungelo abo.u Nyazi lugcina inkolo yalo ngakhoke akumele luncishwe amalungelo alo okugcina amasiko. (a) abantu kumele bagubhe usiko lwabo, kumele abantu benze inkolo yabo abakholelwa kuyo futhi basebenzise ulimu lwabo ngokukhululeka.amanazaretha aseBuhleni bakholwlwa enkosini u Nyazi lweZulu ngakho ke akumele baphazanyiswe kuloko. (b)abantu banelungelo lokusungula,bagcine usiko lwabo,inkolo yabo kumele bakhethe ukuzibandakanya kanye neminye imiphakathi.lesi sahluko sifakazela ukubekwa ko Nyazi e Gospel njengoba sithi lesisahluko abantu banelungelo lokukhetha umhholi walo.u Nyazi lwabekwa e Gospel ngokulandela lesisahluko. Advocate Ndawo ummeli omkhulu wasemajajini. 0817728831 info@advocatendawo.co.za Lesifundo somthethosisekelo sisazoqhutshwa… [i] The constitution of the republic of south Africa act 108 of 1996. [ii] Advocate Thu Ndawo [iii] Section 3 [iv] Section 7 [v] Section 9 [vi] Section 10 [vii] Advocate Ndawo [viii] Advocate Ndawo [ix] Section 25

Possession of Property suspected to be stolen, Section 36

any person who is found in possession of any Goods, in regard to which there is reasonable suspicion that they have been stolen and is unable to give satisfactory account of such possession, shall be guilty of an offence and liable on conviction to the penalties which may be imposed on a conviction of theft.” the elements of crime are : (a) the goods ; (b) must be found in possession; (c) there must be a reasonable suspicion that the goods have been stolen, and (d) the suspect must be unable to give a satisfactory explanation of the possession. 1.The goods. A property must be a property capable of being stolen. 2.Suspect must be found in possession. suspect must have personal and direct control over over the goods.it is not sufficient that he exercises control through an agent.it will be an agent who is found in possession. the suspect must be furthermore be in possession at the moment that the goods are found by the police. he can not be held liable as a result that he possessed them previously, or that he merely falsely allege that he possessed them. it is not necessary to prove that the suspect the goods with an intention to possess them as an owner.it is sufficient to that suspect possessed the goods on behalf of somebody else (possessio naturalis, not possessio civilis) a person cannot possess something if he is unaware that he possess it. 3. Reasonable Suspicion. there must be a reasonable suspicion that the goods have been stolen, this must happen the same time as goods are found in suspect’s possession.if the suspicion existed before the goods were found, it must still exist at the moment that the goods are found. the suspicion must be a reasonable one. the ground for suspicion must must also exist at the moment that the goods are found.factors which may be important are: the nature and quantity of the goods, the place where they were found, whether they were still new. suspect’s status and financial standing and the suspects reaction when the goods were were found in his possession. 4.Inability to give satisfactory account. the suspect must give an account of his possession at any time up to and including trial.the crime is completed only at the moment the trial court finds that he was unable to give a satisfactory account of his possession. ref: snyman